|
|
 |
| View Memorial Message Board |
| Name |
: |
Gobinsimbi |
| Message |
: |
The dark shall always fight the light, Mthwakazi children of the light, remember the dark. |
| Date/Time |
: |
08-08-02 08:34:37 |
|
| Name |
: |
Lungisani Ngwenya |
| Message |
: |
Ngikhumbula izihlobo zami u-Lucky lo Stanley Ndlovu kanye loDoubt Tshuma abesabelweni seZenka kweleNkayi abathathwa yi-5th Brigade emasimini bezilimela ngenyanga kaJanuary 1983 bayabulawelwa eduze lesikolo seZenka Mission. Baqala ngo-Lucky Ndlovu, indoda eyayilugodogodo, bamgwaza ngawo lawo mabhenithi wafa ebongolelala echaye izandla ewele esihlahleni sameva esesinga. U-Stanley umfowabo kaLucky bamgwaza entanyeni ibhenethi yayathutsha ngale ngemva kokumshaya baze bamqamula umlenze. Waqaleka uStanley bamane bamtshiya bethi usefile. U-Doubt Tshuma bamgwaza laye basebemqedisela ngombhombho. U-Doubt wayelomfowabo uJabulani onguye owasinda kusehlakalo lesi bethi kabone ukuthi ama-dissident bawenzani. Isakhamuzi esasizihambela kuleyondawo sahlangabezwa yizidumbu ezimbili(u-Lucky Ndlovu loDoubt Tshuma) kawathi u-Stanely Ndlovu wayesephapheme. U-Stanely wacela uncedo kusakhamuzi ukuba simfihle ngoba esazi ukuthi bazophenduka bezomqedisela. Isakhamuzi sesaba ukwenza lokhu kodwa sagijima ngejumo sisiyabika ebazalini babo. U-Ndlovu uyise kaStanley loLucky wagijimela endaweni le. Wathola u-Stanely engophilayo kodwa igazi livuza ngamakhala. Wacela uStanley ukuthi uyise amfihle emagwenzini. UNdlovu wamthembisa ukuthi sebesiya emasotsheni ukuyacela ukuthi babathathe labafowabo. Bakwenza lokhu abadala. Bathe besiyathatha inqola yokuzobabathatha, amphenduka amasotsha. Bamqedisela uStanley Ndlovu. UJabulani Tshuma wasinda waphaphatheka ebaleka esengoya eNkayi Growth point. Wayesehlanya engabambeki. Wenelisa ukufinyelela eNkayi wedlula waya koBulawayo. Sekuze kulalamhlanje kakaze abuya ekhaya eZenka. Ngemva kweminyaka emilushwana wedlulela eSouth Africa. Lalamuhla kangeni eZimbabwe. Ngentambama yalelolanga amasotsha la asuka ayangenela ababalisi labakhi beMpumelelo Secondary School ababehleli eMpumelelo Clinic khona laphoe eZenka. Babulala amatisha labakhi laba. Baba linani eliyisikhombisa. Amagama abo kangisawakhumbuli. Babadubula nje bebalayinisile. Ngiyabakhumbula bonke laba abafowethu. |
| Date/Time |
: |
08-08-02 08:31:08 |
|
| Name |
: |
MAGGEMM |
| Message |
: |
In early 1985, 200 men from Silobela in the Midlands province disappeared from their homes in the space of a few weeks. The government explanation was that the men had slipped across the border to join “dissidents”. Yet when the Unity Accord was signed in 1987 and the “dissidents” amnestied, none of the “Silobela 200” returned home |
| Date/Time |
: |
08-08-02 08:22:44 |
|
| Name |
: |
Thusi Woyane |
| Message |
: |
Kwakuphakathi kobusuku lapho i5th Brigade yafika esigabeni saseSabhabha koGodlwayo ngaphansi kwesigaba sikaBafana KaMbidli Nkala, yafika ingadlanga nkotshana zamuntu, yafika yathatha uNorman Nkala umntaka kaSobhuku uBafana Nkala. Bahamba naye asizange sazi nokuthi babemuse kuphi. Kwaphela izinyanga ezimbalwa kungaziwa ukuthi washonapi. Kwathi ngesikhathi bemthatha bahamba naye eGwanda, esigabeni sase Magwe, lapho okwabizwa khona izakhamuzi zonke ukuthi zizobukela ukuthi "idizidenti" lenziwani. Ngenhlanhla, phakathi kwezakhamizi lezi kwakukhona umama owayengowakwaGodlwayo kodwa endele eMagwe. Eqiniswene babehlobene noNorman Nkala, noma engazange esho ukuthi uyamazi uNorman kodwa wazama ukuthi emxolisele kanti kabuzanga elangeni, bashaya bamenza isilo sengubo. Into okuthiwa bayenza uNorman yayisesabeka, amazinyo wonke bawamohloza, lapha ngikhuluma ngensizwa ekade ingaba neminyaka engaba kubolate 20s kuyisa ku early 30s. Kuthiwa bamephula almost amathambo onke omzimba. Bemshaya benza bonke ubunke kuthiwa izakhamizi zazishaywa kuthiwa azihlabele ingoma zikaMgabe kakhulu. Kuthiwa wathi eseqalekile bamphonsela kuBorehole lapho alele khona nanamhlanje uma izinja zikaMgabe zingazange ziphenduke ukuzokhipha ubufakazi. |
| Date/Time |
: |
08-08-02 08:28:58 |
|
| Name |
: |
sikhumbuzo mpande |
| Message |
: |
Lathi siyakukhumbula ngalesi isikhathi sobunzima, sokuhlukumezwa kwabantu bakithi bengelasono, bebangiswa ukubana bengabi lelungilo lokukhetha abantu abafuna ababuse njalo abakhokhele. Kodwa yini lokhu?What did we fight for then after all the sacrifice? lzenzo guqula!! |
| Date/Time |
: |
08-08-02 08:21:07 |
|
| Name |
: |
KANYIKWEDU |
| Message |
: |
I recall MacKay Nleya was picked up by the Five Brigade in Plumtree(Tokwana Area)and sverely beaten up to
such an extent that they made him their informer who would be telling them of all ex-ZPRA combatants in the area.
Him being an ex-combatant as well just gave out the names of his close friends or mates whom he socialised with.
Two brothers Aleck and Salani Moyo were picked up from Bulawayo together with Chris Ndlovu alias Mgambayi and were
taken into Gukurahundi custody. They were taken to as far as Khame Huwana where they were tortured and forced to
confess hiding weapons.The Moyo brothers were tied behind a landrover and paraded in the local area as dissidents.
They were finaally shot and buried in shallow graves in the Khame area. Chris survived the assault but has up to today
a paralysed hand. I was so close to these guys when we grew up and considering that they were all ex-combatants who were
trying to upgrade their education in Bulawayo when they were picked up and only to be buried like rogue dogs in shallow
graves raises my hostility index towards the perpetrators.Siya bakhumbula abafowethu.
|
| Date/Time |
: |
08-08-02 08:17:26 |
|
| Name |
: |
Fanuel Maphosa |
| Message |
: |
Let us remember the 62 young men and women shot by 5 Brigade in one killing on the banks of the Cewale River, Lupane, on 5 March 1983. Seven survived with gunshot wounds, the other 55 died. I wish I knew their names. Lalani ngoxolo, Siyani khumbula. |
| Date/Time |
: |
08-08-14 11:14:50 |
|
| Name |
: |
Ntate |
| Message |
: |
In fond Memory of Mmeli Ndlovu who was short in the stomach and buried alive in Lupane as a temporary teacher in 1983. Those who may remember him he attended Matopo Secondary School in 1980 -1981 and then went to Mzingwane High School in 1981 to 1982 |
| Date/Time |
: |
08-08-14 11:14:50 |
|
| Name |
: |
thabanimfanasibilidubinduna |
| Message |
: |
l feel that pple shld sumtym forgive and let the past be the past respect and honour to all those who fell victim to such inhumanity by mugabe l apologise if this may offend some pple but xolani bafethu some of these things are too sensitive and if we r not careful we may yet spark another upraising lets not forget but at the same tym lets not stir up trouble....love and respect bazalwane |
| Date/Time |
: |
08-08-14 11:14:50 |
|
| Name |
: |
Sibongile |
| Message |
: |
To all that perished at the hands of this evil man.May your blood water fruits of true independence and your sacrifices create a path for a Zimbabwe that is trully free of tyrany. Never again. In memory of my mother Norah who was killed for trying to protect me and my sisters. Lala Kahle mawami |
| Date/Time |
: |
08-08-14 11:14:50 |
|
| Name |
: |
Menziwa Khumalo |
| Message |
: |
Thabanimfanasibili, yekela ubulema mfana wakithi, ungenwe yini kanti? This is a serious issue, and it deserves our serious attention, some nations are not shy to remember their own, last week i visited a church in the northen parts of England and i was surprised to find a shrine built inside the church for those who died during the 1st and 2nd world wars. We have a right to remember our own in our own unique ways, we have a right to mourn our own in our own special ways. We were killed for mourning our own, we were never given an opportunity to cry and to mourn our own, we were never allowed to decently bury our own. Let it be known that we have a right to heal ourselves, we have a right to remember our own. |
| Date/Time |
: |
08-08-14 11:14:50 |
|
| Name |
: |
Umphathi Baleni |
| Message |
: |
Umdala uBaleni ngomunye wabahlanu beSilobela abalotshiweyo owathathwa yiGukurahundi ebusuku, engela ngitsho zicathulo. Kuze kube lamuhla akaziwa lapho abulawelwa khona. Ngikhumbula ikakhulu abantwana bakhe engafunda labo eLoreto losizi ababephila lalo bedinga ukuthi mhlawumbe kungabakhona ongabatshela ukuthi uyise wayaphi babe lakho ukumngcwaba ngemfanelo, kungelani loba bethole amathambo. Kanti ivele ingaphela kanjani abanjengoBaleni kungaziwa lapho abalele khona? Bakhohlwe kanjani abantwana bengaphiwanga ithuba lokwenza izikhumbuzo njengaye wonke uzulu? Siyabakhumbula lanxa bengayisizo zihlobo zegazi. |
| Date/Time |
: |
08-08-14 11:14:50 |
|
| Name |
: |
Memo5991 |
| Message |
: |
As I read the message board, my heart goes out to all that were victimised by Gugurahunde and to their friends and families who are left behind to bear the memories, trauma and hurt. Trauma at such levels can not be written off or forgotten. It is important to process the experiences, the memories and traumas in order to set ourselves free. Forgiveness (letting go) is a necessary part, but can not be done without first processing the experience. Forgiveness does not mean accepting & condoning the perpetrators actions as right or being disloyal to our loved ones who died, but it is a way of setting ones self free and living in the here and now. Forgiving gives us permission to live to love and be loved by our friends & families who are still alive. I am grateful for the opportunity to have this space and forum to start to process this experience with other people. |
| Date/Time |
: |
08-08-14 11:14:50 |
|
|
 |
|